Owesifazane umamatheleka into esikrinini sefoni yakhe

Nsuku zonke, idatha yenza amasevisi ethu akusebenzele kangcono

Ingakho kubalulekile ukuthi siyigcine iyimfihlo futhi iphephile – futhi sikufake olawulweni.

Idatha yazisa owesifazane ophethe i-ambrella ukuthi imvula izona

Idatha ikunika izimpendulo emibuzweni yakho — uma uyidinga

Indoda kubhayisikili isebenzisa idatha ukuxhumana ngolunye ulimi

Ikusiza ukuthi uthole amagama alungile ongawasho, nganoma uluphi ulimi.

I-Google Amamephu ibonisa indoda indlela efanele yendawo yayo

Futhi ikususa ku-A kuya ku-B…kuya ku-C, ngesikhathi.

Indoda ilalela futhi idansele izingoma kumahedifoni

Ikusiza ukuthi uthole ividiyo ekwenza uhlekele phezulu — noma ingoma yakho oyithandayo.

Owesifazane othatha isithombe sengane nenja kusofa

Futhi ikusiza ukuthi uthole wonke umuntu omthandayo kuso sonke isithombe osithathayo.

Ubumfihlo be-Google, Ukuphepha, nezilawuli

Kuyimfihlo. Ingakho sivikela idatha yakho.